Home
/
Zulu
/
Zulu Bible
/
Web
/
Eksodusi
Eksodusi 4.21
21.
UJehova wathi kuMose: "Ekuhambeni kwakho usubuyela eGibithe bhekisisa ukuba wenze ebusweni bukaFaro zonke izimangaliso engizibeke esandleni sakho; kepha mina ngiyakuyenza lukhuni inhliziyo yakhe; akayikubayeka abantu ukuba bahambe.